Lawa angamadodana kaLevi ngezindlu zawoyise; nezinhloko zezindlu zawoyise, zabalwayo kubo ngokwenani lamagama ngamavoti azo, abenza umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu.
UNumeri 4:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 OMose no-Aroni nezikhulu zenhlangano babala amadodana amaKohati ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise; IBHAYIBHELI ELINGCWELE OMose no-Aroni nezikhulu zenhlangano babala amadodana amaKohati ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise, IsiZulu 2020 UMose, u-Aroni nabaholi benhlangano, babala abozalo lukaKhohathi ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo, |
Lawa angamadodana kaLevi ngezindlu zawoyise; nezinhloko zezindlu zawoyise, zabalwayo kubo ngokwenani lamagama ngamavoti azo, abenza umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu.
KwaKohati kwavela umndeni wakwa-Amramu nomndeni wama-Ishari nomndeni wakwaHebroni nomndeni wakwa-Uzili; lezi ziyizizukulwane zamaKohati.
Lena yinkonzo yezizukulwane zamadodana kaMerari ngomsebenzi wawo wonke etendeni lokuhlangana ngaphansi kwesandla sika-Ithamari indodana ka-Aroni umpristi.
kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuse kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abeza inkonzo yomsebenzi etendeni lokuhlangana;