UNumeri 4:31 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lena yinkonzo yomthwalo wabo ngokwenkonzo yabo yonke etendeni lokuhlangana; izinsika zetabernakele, nemishayo yalo, nezinsika zalo, nezinyawo zalo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nakhu okuzakugcinwa yibo ukuba bakuthwale ngokomsebenzi wabo wonke etendeni lokuhlangana: amapulangwe etabernakele,* nemishayo yalo, nezinsika zalo, nezinyawo zalo, IsiZulu 2020 Nakhu abayalwa ukuba bakwenze, okungumsebenzi wabo ethendeni lokuhlangana: ukuthwala amapulangwe ethabanakeli, imishayo yalo, izinsika zalo, izinyawo zalo, |
kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuse kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, wobabala bonke abangena enkonzweni ukwenza umsebenzi wetende lokuhlangana.
nezinsika zegceke nxazonke, nezinyawo zazo, nezikhonkwane zazo, nezintambo zazo, nazo zonke izinto zazo, nawo wonke umsebenzi wazo wenkonzo;