U-Eleyazare wafa engenamadodana, enamadodakazi odwa; abafowabo, amadodana kaKishi, babathatha.
UNumeri 36:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yonke indodakazi enefa kunoma yisiphi isizwe sabantwana bakwa-Israyeli kumelwe ibe ngumfazi wozalo lwesizwe sikayise, ukuze abantwana bakwa-Israyeli badle yilowo nalowo efeni loyise. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo naleyo ndodakazi enefa esizweni esithile sabantwana bakwa-Israyeli iyakuba ngumfazi womndeni wesizwe sikayise, ukuze yilowo nalowo wabantwana bakwa-Israyeli abe nefa lawoyise. IsiZulu 2020 Yileyo naleyo ndodakazi enefa esizwaneni esithile sabakwa-Israyeli, iyakugana omunye womndeni wesizwana sikayise, ukuze bonke abakwa-Israyeli babe nefa esabelweni sokhokho babo. |
U-Eleyazare wafa engenamadodana, enamadodakazi odwa; abafowabo, amadodana kaKishi, babathatha.
Ifa aliyikuphuma kwesinye isizwe liye kwesinye isizwe; kodwa izizwe zabantwana bakwa-Israyeli kumelwe zigcine yileso naleso efeni laso.