Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 36:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngokuba uMagila, noTirisa, noHogila, noMilka, noNowa, amadodakazi kaSelofehadi, agana amadodana abafowabo bakayise.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ngokuba oMahela, noTirisa, noHogila, noMilka, noNowa, amadodakazi kaSelofehadi, agana amadodana awoyisekazi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UMahela, uThiriza, uHogila, uMilikha, noNowa, amadodakazi kaZelofehadi, agana amadodana abafowabo bakayise.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 36:11
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USelofadi indodana kaHeferi wayengenamadodana, enamadodakazi odwa; amagama amadodakazi kaSelofehadi kwakunguMagila, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.


Kwasekufika amadodakazi kaSelofehadi indodana kaHeferi indodana kaGileyadi indodana kaMagiri indodana kaManase emindenini kaManase indodana kaJosefa; lawa angamagama amadodakazi akhe; uMagila, uNowa noHogila noMilka noTirisa.


Njengalokho uJehova emyalile uMose, enze njalo amadodakazi kaSelofehadi;


Baganwa ezizukulwaneni zamadodana kaManase indodana kaJosefa, ifa labo lahlala esizweni sesizukulwane sikayise.