UJakobe wasuka waya eSukoti, wazakhela indlu, wenzela izinkomo zakhe amadokodo; ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iSukoti.
UNumeri 32:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base besondela kuye, bathi: “Sizakwakhela izinkomo zethu izibaya lapha, nemizi yabantwana bethu.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Basondela kuye, bathi: “Siyakwakhela lapha izinkomo zethu izibaya nabancane bethu imizi; IsiZulu 2020 Basondela kuye, bathi: “Lapha sizokwakhela izimvu, izibaya nezingane zethu, imizi; |
UJakobe wasuka waya eSukoti, wazakhela indlu, wenzela izinkomo zakhe amadokodo; ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iSukoti.
Ngokuba uma nimfulathela, uyakubuye abashiye ehlane; futhi uzobhubhisa sonke lesi sizwe.
Kepha thina siyakuphuma sihlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli size sibafikise endaweni yabo; nabantwana bethu abancane bayohlala emizini enezivikelo eziqinile ngenxa yabakhileyo ezweni.
Kepha omkenu, nabantwana benu, nezinkomo zenu, ngokuba ngiyazi ukuthi ninezinkomo eziningi, bayakusala emizini yenu engininike yona;
Wazilungisela ingxenye yokuqala, ngokuba wayehlezi khona engxenyeni yomniki-mthetho; weza nezinhloko zabantu, wenza ukulunga kukaJehova nezahlulelo zakhe ku-Israyeli.