Lapho uJehoshafati nabantu bakhe befika ukuzothatha impango kubo, bathola phakathi kwabo ingcebo eningi kanye nezidumbu nezinto eziyigugu abazithathela zona, babengenakumuka nabo; baba yizinsuku ezintathu bebutha impango, yayiningi kakhulu.
UNumeri 31:53 - Contemporary Zulu Bible 2024 (Ngokuba amadoda empi athatha impango, kwaba yilowo nalowo ngeyakhe.) IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba amadoda empi ayezithathele impango, kwaba yileyo naleyo ngokwayo. IsiZulu 2020 Amabutho wona ayezithathele impango, kwaba yilelo nalelo ngokwalo. |
Lapho uJehoshafati nabantu bakhe befika ukuzothatha impango kubo, bathola phakathi kwabo ingcebo eningi kanye nezidumbu nezinto eziyigugu abazithathela zona, babengenakumuka nabo; baba yizinsuku ezintathu bebutha impango, yayiningi kakhulu.
Impango eyayisele impango amadoda empi ayibambayo yayiyizimvu eziyizinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha namashumi ayisikhombisa nanhlanu;
Lonke igolide lomnikelo abawuletha kuJehova, lezikhulu zenkulungwane nelezinduna zekhulu, lalingamashekeli ayizinkulungwane eziyishumi nesithupha namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisihlanu.
Abantwana bakwa-Israyeli bathumba bonke abesifazane bakwaMidiyani nabantwana babo, bathumba zonke izinkomo zabo, nayo yonke imihlambi yabo, nayo yonke impahla yabo.
Kodwa abesifazane nabantwana abancane nemfuyo nakho konke okusemzini, yonke impango yawo, kumelwe uzithathele wena; uyakudla impango yezitha zakho uJehova uNkulunkulu wakho akunike yona.