UMose wazithukuthelela izinduna zempi nezinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu ezazivela empini.
UNumeri 31:48 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izinduna zezinkulungwane zebutho, izinduna zezinkulungwane lezinduna zamakhulu zasondela kuMozisi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Iziphathimandla ezaziphezu kwezinkulungwane zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, zasondela kuMose, zathi kuMose: IsiZulu 2020 Iziphathimandla ezazingabakhuzi bezinkulungwane zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, zasondela kuMose, |
UMose wazithukuthelela izinduna zempi nezinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu ezazivela empini.
Enxenyeni yabantwana bakwa-Israyeli uMose wathatha enye emashumini ayisihlanu, kubantu nasezilwaneni, wayinika amaLevi agcina inkonzo yetende likaJehova; njengalokho uJehova emyalile uMose.
Base bethi kuMose: “Izinceku zakho zibalile amadoda empi ayephansi kwesandla sethu, akwasilelanga neyodwa kithi.”
Izinceku ziyakukhuluma kubantu, zithi: ‘Ngumuphi umuntu owakha indlu entsha, ongayingcwelisanga? makahambe abuyele endlini yakhe, funa afe empini, omunye ayingcwelise.