Lawa angamadodana ka-Ishmayeli, futhi lawa angamagama awo ngemizi yawo nezinqaba zawo; izikhulu eziyishumi nambili ngokwezizwe zazo.
UNumeri 31:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bayishisa yonke imizi yabo ababehlala kuyo, nezinqaba zabo zonke ezinhle ngomlilo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yonke imizi yabo yasezindaweni, lapho bebehlala khona, nawo onke amakamu* abo bakushisa ngomlilo. IsiZulu 2020 Yonke imizi yabo ezindaweni, lapho babehlala khona, nawo wonke amathende abo bakushisa ngomlilo. |
Lawa angamadodana ka-Ishmayeli, futhi lawa angamagama awo ngemizi yawo nezinqaba zawo; izikhulu eziyishumi nambili ngokwezizwe zazo.
UFaro inkosi yaseGibithe wenyuka walithatha iGezeri walishisa ngomlilo, wabulala amaKhanani ahlala emzini, walinika indodakazi yakhe, umkaSolomoni, yaba yisipho.
Izwe lakini liyincithakalo, imizi yenu ishisiwe ngomlilo; izwe lenu abafokazi bayalidla phambi kwenu, liyincithakalo njengokuchithwa kwabafokazi.
Abantwana bakwa-Israyeli bathumba bonke abesifazane bakwaMidiyani nabantwana babo, bathumba zonke izinkomo zabo, nayo yonke imihlambi yabo, nayo yonke impahla yabo.
Bawushisa umuzi ngomlilo nakho konke okwakukuwo, isiliva kuphela, negolide, nezinto zethusi, nezensimbi, bakubeka endlini yengcebo yendlu kaJehova.
Ngakho-ke izinhlupho zalo ziyakufika ngalusuku lunye, ukufa, nokulila, nendlala; iyakushiswa nokushiswa ngomlilo, ngokuba inamandla iNkosi uJehova owahlulelayo.
Kwathi uDavida labantu bakhe befika eZikilagi ngosuku lwesithathu, ama-Amaleki ahlasela eningizimu leZikilagi, anqoba iZikilagi, ayitshisa ngomlilo;