UNumeri 30:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma owesifazane enza isithembiso kuJehova, azibophe ngesibopho esendlini kayise ebusheni bakhe; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Uma owesifazane enza isithembiso kuJehova, azibophe ngesibopho esithile esendlini kayise, esemusha, IsiZulu 2020 “ ‘Uma owesifazane enza isifungo kuSimakade, noma enze isifungo ezibophezela ngaso, esahlala ekhaya likayise, esemusha; |
Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Uba umuntu enze isithembiso esisodwa, abantu ngokulinganisa kwenu bazakuba ngekaJehova.
Uma umuntu enza isithembiso kuJehova, noma efunga isifungo sokubopha umphefumulo wakhe ngebhande; ngeke aphule izwi lakhe, kufanele enze ngokuvumelana nakho konke okuphuma emlonyeni wakhe.
Uyise uyasilalela isithembiso sakhe nesibopho sakhe abophe ngaso umphefumulo wakhe, uyise athule kuye; zonke izithembiso zakhe ziyakuma, nazo zonke izibopho abophe ngazo umphefumulo wakhe ziyakuma.
Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Nxa indoda kumbe owesifazana ezahlukanisa ukwenza isithembiso somNaziri, ukuzahlukanisela eNkosini;
Abesifazane benu mabathule emabandleni, ngokuba abavunyelwe ukukhuluma; kepha bayalwa ukuba balalele, njengokuba usho nomthetho.
Abantwana bakwa-Israyeli abazange bawahlule, ngokuba izikhulu zenhlangano zazifunge uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli. Ibandla lonke lakhonona ngezikhulu.
Kwathi embona, waklebhula izingubo zakhe, wathi: “Awu, ndodakazi yami! Ungithobise kakhulu, ungomunye wabangithusayo, ngokuba ngivulile umlomo wami kuJehova, anginakubuyela emuva.
Wenza isithembiso, wathi: “Jehova Sebawoti, uma ukhumbula ukuhlupheka kwencekukazi yakho nami, futhi ungayikhohlwa incekukazi yakho, kepha unike incekukazi yakho indodana, ngiyakumnika uJehova izinsuku zonke zezwe. Ukuphila kwakhe, nempuco ayiyikuwela ekhanda lakhe.