UJehova wakhuluma kuMose ehlane laseSinayi, wathi:
USimakade wakhuluma kuMose ehlane iSinayi, wathi:
Amadodana kaLevi; uGereshoni, noKohati, noMerari.
Ngenyanga yesithathu ekuphumeni kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngalona lolo suku, bafika ehlane laseSinayi.
Kodwa amaLevi ngokwesizwe soyise kababalwanga phakathi kwabo.