UMelkisedeki inkosi yaseSalema waletha isinkwa newayini, futhi wayengumpristi kaNkulunkulu oPhezukonke.
UNumeri 24:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi yena owawezwa amazwi kaNkulunkulu, wazi ukwazi koPhezukonke, owabona ubuso bukaSomandla, owabanjwa ubuthongo, kepha amehlo akhe avuleka; IBHAYIBHELI ELINGCWELE ozwileyo amazwi kaNkulunkulu, owazi ukwazi koPhezukonke, obonile umbono kaSomandla, ewela phansi, kuvulwe amehlo akhe, uthi: IsiZulu 2020 ozwileyo amazwi kaNkulunkulu, nowazi ukwazi koPhezukonke, obone umbono ovela kuSomandla, ewele phansi kodwa amehlo akhe engemboziwe, uthi: |
UMelkisedeki inkosi yaseSalema waletha isinkwa newayini, futhi wayengumpristi kaNkulunkulu oPhezukonke.
U-Abrama eseneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye uJehova wabonakala ku-Abrama, wathi kuye: “NginguNkulunkulu uSomandla; hamba phambi kwami futhi uphelele.
Wayesethatha isisho sakhe, wathi: “Washo uBileyamu indodana kaBeyori, indoda evule amehlo yathi:
Ngiyakumbona, kodwa hhayi manje; Ngiyakumbona, kodwa hhayi eduze; kuyakuvela inkanyezi kuJakobe, nentonga yobukhosi iyakwenyuka kwa-Israyeli, ishaye imikhawulo yakwaMowabi, nabo bonke abantwana bakwaSheti.
Wayesethatha isisho sakhe, wathi: “Kusho uBileyamu indodana kaBeyori, indoda evule amehlo yathi:
Wathi yena owezwa amazwi kaNkulunkulu, owabona ubuso bukaSomandla, owabanjwa yisiyezi, kodwa amehlo akhe avuleka.
Noma nginesiphiwo sokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke; noma nginokukholwa konke, ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha ngingenalo uthando, angiyinto yalutho.
Maqondana nokuhlatshelwe izithombe siyazi ukuthi sonke sinolwazi. Ulwazi luyakhukhumeza, kepha uthando luyakha.