UBileyamu wayesethi embongolweni: “Ngokuba udlale ngami, sengathi ngabe nginenkemba esandleni sami, ngokuba manje sengifuna ukukubulala.
UNumeri 22:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 Imbongolo yathi kuBileyamu: “Angisiyo yini imbongolo yakho ohlezi phezu kwayo kusukela ngingowakho kuze kube namuhla na?” ngake ngakwenza lokho kuwe Wathi: Cha! IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha imbongolo yathi kuBileyamu: “Angisiyo imbongolo yakho oyikhwele konke ukuhamba kwakho kuze kube manje na? Ngangivama ukwenza kanjalo kuwe na?” Wathi: “Qha.” IsiZulu 2020 Imbongolo yathi kuBhileyamu: “Angisiyona yini imbongolo yakho ohlale uyigibela, nanamuhla osayigibele na? Ngivamile yini ukukwenza lokhu kuwe na?” UBhileyamu wathi: “Qha.” |
UBileyamu wayesethi embongolweni: “Ngokuba udlale ngami, sengathi ngabe nginenkemba esandleni sami, ngokuba manje sengifuna ukukubulala.
UJehova wavula amehlo kaBileyamu, wayibona ingelosi kaJehova imi endleleni iphethe inkemba yayo ehoshiweyo; wagebisa ikhanda, wawa ngobuso.
Kodwa wasolwa ngobubi bakhe: ubabhemi oyisimungulu wakhuluma ngelizwi lomuntu wenqabela ukuhlanya komprofethi.