Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 21:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

Izikhulu zawugebha umthombo, izikhulu zabantu zawugebha ngezinduku zawo ngomyalo womthetho. Basuka ehlane baya eMathana.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

umthombo ezawumba izikhulu, abawugubha abakhulu babantu ngentonga yobukhosi nangezindondolo zabo.” Basuka ehlane, baya eMathana.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngumthombo owambiwa ngamakhosana, wambiwa ngabaholi ngezintonga zazo zobukhosi nangezindondolo zabo.” Basuka ehlane, baya eMathana.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 21:18
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwase kusukuma u-Eliyashibi umpristi omkhulu nabafowabo abapristi, bakha iSango Lezimvu; balingcwelisa, bamisa izivalo zalo; kwaze kwaba seMbhoshongweni waseMeya bawungcwelisa, kwaze kwaba naseMbhoshongweni kaHananeli.


Eceleni kwabo kwasinda abaseThekhowa; kodwa izikhulu zabo kazibekanga izintamo zabo emsebenzini weNkosi yabo.


Ngokuba uJehova ungumahluleli wethu, uJehova unguMniki-mthetho wethu, uJehova uyinkosi yethu; uzosisindisa.


U-Israyeli wayesehlabelela leli culo: “Gxuma, mthombo! cula ngakho:


Basuka eMathana baya eNahaliyeli, basuka eNahaliyeli baya eBamoti;


Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.


UMose wasiyala umthetho, ifa lenhlangano kaJakobe.


Kepha wena, yima lapha nami, futhi ngiyakukhuluma kuwe yonke imiyalo, nezimiso, nezahlulelo oyakubafundisa zona, ukuze bakwenze ezweni engibanika lona ukuba balidle.


Munye ummisimthetho, onamandla okusindisa nokubhubhisa; ungubani wena owahlulela omunye na?