Owesilisa ongasokile, ijwabu lakhe elingasokanga, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo; wephule isivumelwano sami.
UNumeri 19:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha umuntu ongcolile, angaziphothuli, lowo muntu uyakunqunywa ebandleni, ngokuba ungcolisile indlu engcwele kaJehova; amanzi okuhlukanisa awafafazwanga phezu kwakhe; ungcolile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha umuntu ongcolayo engaziphothuli, lowo muntu uyakunqunywa phakathi kwebandla, ngokuba ungcolisile indlu engcwele kaJehova; amanzi okuphothula akafafazwanga ngawo; ungcolile. IsiZulu 2020 Umuntu ongcolileyo futhi ongazihlambululanga, lowo uyakunqunywa ebandleni ngoba engcolise indawo kaSimakade engcwele. Lokhu engafafazwanga ngamanzi okuhlambulula, ungcolile. |
Owesilisa ongasokile, ijwabu lakhe elingasokanga, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo; wephule isivumelwano sami.
Loba ngubani obutha into enjengale kumbe obeka enye yazo kowezizweni, kumele axotshwe ebantwini bakibo.
Ngakho kumelwe uhlukanise abantwana bakwa-Israyeli nokungcola kwabo; funa bafe ekungcoleni kwabo, uma bengcolisa itabernakele lami eliphakathi kwabo.
Kodwa uma engazigezi futhi engawugezi umzimba wakhe; khona izathwala ububi bayo.
Bonke benzalo ka-Aroni banochoko noma ocucuzayo; angadli izinto ezingcwele aze ahlambuluke. “ ‘Yilowo nalowo othinta into engcolileyo ngofileyo, noma umuntu ophuma kuye imbewu;
Kodwa umphefumulo owenza ngokugabadela, kungakhathaliseki ukuthi ungowokuzalwa ezweni noma ungowemzini, othuka uJehova; lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.
Yilowo nalowo othinta isidumbu sofileyo, angaziphothuli, ungcolisa itabernakele likaJehova; lowo mphefumulo kumelwe unqunywe kwa-Israyeli; ngokuba amanzi okuphothula engafafazwanga phezu kwakhe, uyakuba ngongcolile; ukungcola kwakhe kusephezu kwakhe.
Kepha umuntu ohlambulukileyo, engekho ohambweni, edelele ukugubha iphasika, lowo muntu uyakunqunywa phakathi kwabantu bakubo, ngokuba akanikelanga ngomhlatshelo weNkosi ngesikhathi esimisiweyo, lowo muntu uyakuwukhokha. Isono sakhe sigqoka.
Ngakho-ke, bathandekayo, njengokuba nilindele lezo zinto, khuthalelani ukuba nifunyanwe kuye ninokuthula, ningenabala, ningenasici.
Ongalungile makenze okungalungile; nongcolileyo makaqhubeke engcolile, nolungileyo makaqhubeke elungile, nongcwele makahlale ngcwele.