Kepha okweshumi kwabantwana bakwa-Israyeli abakulethayo kube ngumnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, ngakunika amaLevi njengefa; ngalokho ngathi kubo: “Phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli abayikuba nafa.
UNumeri 18:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: |
Kepha okweshumi kwabantwana bakwa-Israyeli abakulethayo kube ngumnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, ngakunika amaLevi njengefa; ngalokho ngathi kubo: “Phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli abayikuba nafa.
Yisho kumaLevi, uthi kuwo: ‘Uma nithatha kubantwana bakwa-Israyeli okweshumi engininike khona kubo njengefa lenu, niyakuletha kukho umnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, okweshumi kokweshumi.