UDavide wamakhela khona uJehova i-altare, wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula. Ngakho uJehova walithandazela izwe, futhi isifo sanqamuka kwa-Israyeli.
UNumeri 16:48 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wema phakathi kwabafileyo nabaphilayo; sanqamuka isifo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wema phakathi kwabafileyo nabaphilayo; isifo sanqamuka. IsiZulu 2020 Wama phakathi kwabafileyo nabaphilayo; lwanqamuka ubhubhane. |
UDavide wamakhela khona uJehova i-altare, wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula. Ngakho uJehova walithandazela izwe, futhi isifo sanqamuka kwa-Israyeli.
Bathatha, kwaba yilowo nalowo umcengezi wakhe, bafaka umlilo kuwo, babeka impepho phezu kwayo, bema noMose no-Aroni emnyango wetende lokuhlangana.
Kwasekuphuma umlilo ovela eNkosini, waqeda amadoda angamakhulu amabili lamatshumi amahlanu ababeletha impepha.
U-Aroni wathatha njengalokho emyalile uMose, wagijimela phakathi kwebandla; bheka, isifo saqala phakathi kwabantu, wabeka impepho, wabenzela abantu ukubuyisana.
Abafa ngesifo babe yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisikhombisa, ngaphandle kwabafa endabeni kaKora.
nokulinda iNdodana yakhe ivela ezulwini, ayivusa kwabafileyo, uJesu osikhulula olakeni oluzayo.
Vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko wolungileyo unamandla amakhulu.