Lezi yizigaba zabalindisango phakathi kwabantwana bakwaKore nasemadodaneni kaMerari.
UNumeri 16:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kungani wena nesixuku sakho sonke nibuthanele uJehova, u-Aroni uyini ukuba nikhonone ngaye na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngalokho wena nalo lonke iviyo lakho nimhlanganyele uJehova; no-Aroni uyini yena ukuba nikhonone ngaye na?” IsiZulu 2020 Ngakho-ke wena nalo lonke iviyo lakho nihlanganele ukuzomelana noSimakade. Ubeyini u-Aroni ukuba ningaze nikhononde ngaye na?” |
Lezi yizigaba zabalindisango phakathi kwabantwana bakwaKore nasemadodaneni kaMerari.
Ngakho abantu baphikisana loMozisi besithi: Siphe amanzi, siphuze. Wayesethi uMose kubo: “Niphikisana nami na? ubuzani eNkosini?
Uma abantu bekhononda, kwakungalungile emehlweni kaJehova, uJehova wakuzwa; intukuthelo yakhe yavutha; umlilo kaJehova wavutha phakathi kwabo, wabaqeda ababesemikhawulweni yekamu.
UMose wathuma wabiza oDathani no-Abiramu, amadodana ka-Eliyabe; bathi: “Asiyikukhuphuka.”
Babuthana ngokumelene noMose no-Aroni, bathi kubo: “Zithatheleni nina, lokhu inhlangano yonke ingcwele, yilowo nalowo kubo, noJehova uphakathi kwabo; ngalokho niziphakamisa phezu kwebandla leNkosi na?
Ya le utlwang o a nkutlwa; mme ya le nyatsang, o a nyedisa nna; mme ya nnyatsang, o nyedisa ya nthomileng.
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Owamukela engimthumayo uyangamukela mina; nowamukela mina wemukela ongithumileyo.
Isekhona ibingesiyo eyakho na? Selithengisiwe belingekho emandleni akho na? Ufakeni le nto enhliziyweni yakho na? awuqambanga amanga kubantu, kepha kuNkulunkulu.
Pho ungubani uPawulu, no-Apholo uyini, kodwa izikhonzi enakholwa ngazo, njengalokho iNkosi yamnika yilowo nalowo?
Laba ngabakhonondi nabasolayo, behamba ngezabo izinkanuko; nomlomo wabo ukhuluma izikhukhula, betusa ubuso babantu ngenxa yenzuzo.
INkosi yasisithi kuSamuweli: Lalela ilizwi labantu kukho konke abakutsho kuwe, ngoba kabakulahlanga wena, kodwa bangilahlile mina, ukuze ngingabi yinkosi phezu kwabo.