Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 15:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli liyakuthethelelwa, nomfokazi ogogobele phakathi kwabo; ebona ukuthi bonke abantu basekungazini.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli iyakuthethelelwa kanye nomfokazi ogogobeleyo kubo, ngokuba kubo bonke abantu kwakungesiphosiso.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli iyothethelelwa nomfokazi ogogobele phakathi kwayo, ngokuba bonke abantu bakwenza ngesiphosiso.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 15:26
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Uba umuntu wona ngokungazi emithetho ye Nkosi engayikwenziwa, enze komunye wayo,


Kuyakuthi, uma kwenziwa ngokungazi ibandla lingazi, ibandla lonke liyakulungiselela ijongosi elilodwa libe ngumnikelo wokushiswa, libe yiphunga elimnandi kuJehova kanye nomnikelo walo wokudla nomnikelo walo wokuphuzwayo, ngokomthetho, nenqama eyodwa ibe ngumnikelo wesono.