Jehova, Nkulunkulu ka-Abrahama, no-Isaka, no-Israyeli, obaba bethu, kulondoloze kuze kube phakade emicabangweni yemicabango yenhliziyo yabantu bakho, ulungisele wena izinhliziyo zabo.
UNumeri 14:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha inceku yami uKalebi, lokhu wayenomunye umoya, wangilandela nokungilandela, ngiyakumyisa ezweni aya kulo; nenzalo yakhe iyakulidla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha inceku yami uKalebi, lokhu wayenomunye umoya, wangilandela ngokupheleleyo, yena ngiyakumngenisa ezweni aya kulo; inzalo yakhe iyakulidla. IsiZulu 2020 Kepha inceku yami uKhalebhu, ngenxa yokuba enomoya owehlukile, futhi engilandele ngenhliziyo ephelele, ngiyomngenisa ezweni aye kulo, izizukulwane zakhe ziyakulidla. |
Jehova, Nkulunkulu ka-Abrahama, no-Isaka, no-Israyeli, obaba bethu, kulondoloze kuze kube phakade emicabangweni yemicabango yenhliziyo yabantu bakho, ulungisele wena izinhliziyo zabo.
Abantu bajabula, ngokuba banikela ngenhliziyo, ngokuba bahlabela uJehova ngenhliziyo epheleleyo; nenkosi uDavide yathokoza ngentokozo enkulu.
IKHANDA. Ngakhala ngenhliziyo yami yonke; ngilalele, Jehova, ngiyakugcina izimiso zakho.
UKalebi wabathulisa abantu phambi kukaMose, wathi: “Masikhuphuke masinyane, silidle; ngokuba sinamandla okukunqoba.
Ngokuqinisekile aniyikungena ezweni engaphakamisa isandla sami ngalo ukuba nihlale kulo, ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.
Ngoba iNkosi yathi ngabo: Isibili bazafela enkangala. Akwasala muntu kubo, kuphela uKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.
Owathi efika, esewubonile umusa kaNkulunkulu, wathokoza, wabakhuthaza bonke ukuthi banamathele eNkosini ngokuzimisela kwenhliziyo.
kungabi ngokukhonza kwamehlo, njengabathokozisa abantu; kodwa njengezinceku zikaKristu, zenza intando kaNkulunkulu ngenhliziyo;
Khululani uKalebi indodana kaJefune; uyakulibona, ngimnike izwe alinyathele yena nabantwana bakhe, ngokuba umlandele uJehova ngokupheleleyo.
Kumelwe uthande uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho nangawo onke amandla akho.
Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo, kungathi kwenzelwa iNkosi, hhayi abantu;