Waseyixotsha indoda; wabeka amakherubi ngasempumalanga kwensimu yase-Edene, nenkemba yelangabi ephenduka inhlangothi zonke ukuba ilinde indlela yomuthi wokuphila.
UNumeri 11:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMose waphuma, wakhuluma amazwi kaJehova kubantu, wabutha amadoda angamashumi ayisikhombisa amalunga abantu, ahlala ezungeza itabernakele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose waphuma, wabatshela abantu amazwi kaJehova; wabutha amadoda angamashumi ayisikhombisa amalunga abantu, wawamisa ngasetendeni nxazonke. IsiZulu 2020 UMose waphuma, wabatshela abantu amazwi kaSimakade; waqoqa amadoda angama-70 angamalunga abantu, wawamisa ethendeni nxazonke. |
Waseyixotsha indoda; wabeka amakherubi ngasempumalanga kwensimu yase-Edene, nenkemba yelangabi ephenduka inhlangothi zonke ukuba ilinde indlela yomuthi wokuphila.
INkosi yasisithi kuMozisi: Ngibuthele amadoda angamatshumi ayisikhombisa kubadala bakoIsrayeli, owaziyo ukuthi bangabadala babantu lezinduna zabo; uwalethe etendeni lokuhlangana, ukuze ame khona nawe.
Kwasala amadoda amabili ekamu, igama lenye lalingu-Elidadi, igama lenye lalinguMedadi; umoya wahlala phezu kwabo; bangababala, kepha babengaphumi ukuya etabernakele; baprofetha ekamu.