Ngubani lo obonakala njengokusa, emuhle njengenyanga, ekhanya njengelanga, owesabekayo njengebutho eliphethe amabhanela?
UNumeri 10:28 - Contemporary Zulu Bible 2024 Zazinjalo-ke uhambo lwabantwana bakwa-Israyeli ngamabandla abo ekukhuphukeni kwabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakwa-Israyeli bahamba ngokulandelana kanjalo ngamabandla abo; base besuka-ke. IsiZulu 2020 Leyo yiyona ndlela abantu bakwa-Israyeli ababehamba ngayo ngesikhathi besuka ngokwamaqembu abo. |
Ngubani lo obonakala njengokusa, emuhle njengenyanga, ekhanya njengelanga, owesabekayo njengebutho eliphethe amabhanela?
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaNafetali kwakungu-Ahira indodana ka-Enani.
UMose wayesethi kuHobabi, indodana kaRehuweli, wakwaMidiyani, umukhwe kaMose: “Sikhuphukela endaweni uJehova asho ngayo ukuthi: ‘Ngiyakuninika yona; hamba nathi, sizokwenzela okuhle; uJehova wakhuluma kahle ngo-Israyeli.
Ngokuba uNkulunkulu akasiye owesiphithiphithi, kodwa ngowokuthula, njengakuwo wonke amabandla abangcwele.
Ngokuba noma ngingekho ngenyama, nokho nginani ngomoya, ngithokoza, ngibona ukuhleleka kwenu, nokuqina kokukholwa kwenu kuKristu.