Kepha uLevi noBenjamini akababalanga phakathi kwabo, ngokuba izwi lenkosi lalinengekile kuJowabe.
UNumeri 1:47 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa amaLevi ngokwesizwe soyise kababalwanga phakathi kwabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha amaLevi ngokwesizwe sawoyise awabalwanga phakathi kwabo. IsiZulu 2020 AbaLevi ababalwanga ngokwesizwana sokhokho babo njengezinye izizwana zakwa-Israyeli. |
Kepha uLevi noBenjamini akababalanga phakathi kwabo, ngokuba izwi lenkosi lalinengekile kuJowabe.
kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi kwa-Israyeli; wena no-Aroni niyakubabala ngokwamabutho abo.
Kodwa kumelwe ubeke amaLevi phezu kwetabernakele lobufakazi naphezu kwazo zonke izitsha zalo naphezu kwakho konke okungokwalo; kumelwe bathwale itabernakele nazo zonke izinto zalo; bayakulikhonza, balimise nxazonke zetabernakele.
Kodwa amaLevi ayengabalwanga phakathi kwabantwana bakoIsrayeli; njengalokho uJehova emyalile uMose.
Lezi ziyizizukulwane zika-Aroni noMose ngosuku uJehova akhuluma ngalo kuMose entabeni yaseSinayi.
Bala abantwana bakwaLevi ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo: bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu uyakubabala.
Ngokomyalo weNkosi basebebalwa ngesandla sikaMozisi, ngulowo lalowo ngomsebenzi wakhe lanjengomthwalo wakhe; babalwa kanye naye, njengalokho uJehova emyalile uMose.