Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNehemiya 5:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

Futhi okwakulungiselelwa mina imihla ngemihla kwakuyinkomo eyodwa nezimvu eziyisithupha ezikhethiweyo; kwalungiselelwa mina nezinyoni, kwaqoqwa kanye ngezinsuku eziyishumi zonke izinhlobo zewayini; nokho angisibizanga isinkwa sombusi, ngokuba ubugqila babunzima phezu kwalaba bantu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Okwalungiselwa usuku lwaba lunye nje kwakuyinkabi nezimvu eziyisithupha ezikhethekileyo; ngalungiselwa nezinyoni newayini eliningi lezinhlobo zonke kanye ngezinsuku eziyishumi; nokho angicelanga isinkwa sombusi, ngokuba ubugqila babusinda phezu kwalaba bantu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngalolo nalolo suku kwakuhlatshwa inkabi nezimvu zekhethelo eziyisithupha, ngilungiselwe nezinkukhu. Kwakukhishwa iwayini eliningi, kanye ezinsukwini eziyishumi. Ngangazi ukuthi abantu bathwele umthwalo onzima kangakanani, ngakho-ke angizange ngisifune isabelo sombusi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNehemiya 5:18
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Niyazi nina ukuthi ubaba uDavide wayengenakulakhela igama likaJehova uNkulunkulu wakhe indlu ngenxa yezimpi ezazimzungezile, uJehova waze wayibeka phansi kwamathe ezinyawo zakhe.


Omubi uyaboleka angabuyiseli, kepha olungileyo uhawukela, uyapha.


Uhlala elesihawu njalo eboleka; nenzalo yakhe yabusiswa.


Asidlanga sinkwa samuntu mahhala; kodwa sisebenza ngokukhandleka nangomshikashiko ubusuku nemini, ukuze singabi mthwalo kunoma yimuphi kini.