UMefibosheti wayenendodana encane igama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibosheti.
UNehemiya 10:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 uMika, noRehobe, noHashabiya, IBHAYIBHELI ELINGCWELE noMika, noRehobe, noHashabiya, IsiZulu 2020 uMikha, uRehobhe, uHashabhiya, |
UMefibosheti wayenendodana encane igama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibosheti.
noHashabiya kanye naye u-Isaya emadodaneni kaMerari, nabafowabo namadodana abo, bengamashumi amabili;
Ngase ngihlukanisa abayishumi nambili kubapristi abakhulu, oSherebiya, noHashabiya, nabafowabo abayishumi kanye nabo;
KumaLevi: nguShemaya, indodana kaHashubi, indodana ka-Asirikamu, indodana kaHashabiya, indodana kaBuni;
Umbonisi wamaLevi eJerusalema kwakungu-Uzi indodana kaBani indodana kaHashabiya indodana kaMathaniya indodana kaMika. Kumadodana ka-Asafa kwakukhona abahlabeleli ngomsebenzi wendlu kaNkulunkulu.
Izikhulu zamaLevi zaziyizi: oHashabiya, noSherebiya, noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, nabafowabo maqondana nabo, ukuba badumise, badumise njengomyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, omunye komunye.