Uzakuthi: Itsho njalo iNkosi uJehova: Umuzi uchitha igazi phakathi kwawo, ukuze isikhathi sawo sifike, wenze kuwo izithombe zokuwungcolisa.
UMikha 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bakha iSiyoni ngegazi, neJerusalema ngobubi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE enakha iSiyoni ngegazi neJerusalema ngobubi, IsiZulu 2020 nina enakha iZiyoni ngokuchitha igazi, neJerusalema ngokuhlanekezela ubulungiswa. |
Uzakuthi: Itsho njalo iNkosi uJehova: Umuzi uchitha igazi phakathi kwawo, ukuze isikhathi sawo sifike, wenze kuwo izithombe zokuwungcolisa.
Umuntu omuhle ubhubhile emhlabeni, abekho oqotho phakathi kwabantu; bonke bafuna igazi; bazingela, kube yilowo nalowo umfowabo ngenetha.
Izikhulu zawo phakathi kwawo zingamabhubesi abhodlayo; abahluleli bawo bayizimpisi zasebusuku; abadli amathambo kuze kuse.
Base bephendula abantu bonke, bathi: Igazi lakhe malibe phezu kwethu naphezu kwabantwana bethu.
Futhi futhi ningacabangi ukuthi kusilungele, ukuthi umuntu oyedwa afele abantu, ukuze isizwe sonke singabhubhi.