UJehova waze wamsusa u-Israyeli ebusweni bakhe, njengokusho kwakhe ngezinceku zakhe zonke, abaprofethi. Ngakho u-Israyeli wathunjwa ezweni lakubo wayiswa e-Asiriya kuze kube namuhla.
UMikha 2:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho kawuyikuba loyedwa ophosa intambo ngenkatho ebandleni likaJehova. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngalokho akuyikubakho ophonsa intambo ngenkatho ebandleni likaJehova. IsiZulu 2020 Ngakho-ke akuyukubabikho kini ophonsa intambo yokulinganisa ngonkatho ebandleni likaSimakade. |
UJehova waze wamsusa u-Israyeli ebusweni bakhe, njengokusho kwakhe ngezinceku zakhe zonke, abaprofethi. Ngakho u-Israyeli wathunjwa ezweni lakubo wayiswa e-Asiriya kuze kube namuhla.
Yibo futhi abakhuphuka besuka eThelimela, naseTheli-Haresa, naseKherubi, nase-Adoni, nase-Imeri, kodwa babengenakukwazisa indlu kayise nenzalo yabo, uma babevela kwa-Israyeli.
Izintambo zokulinganisa zingigwebele ezindaweni ezimnandi; yebo, nginalo ifa elihle.
Abayikuhlala ezweni likaJehova; kepha u-Efrayimi uyakubuyela eGibithe, badle okungcolileyo e-Asiriya.
UMose wabayala abantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nali izwe eniyakulidla ngenkatho uJehova ayala ukuba nilinike izizwe eziyisishiyagalolunye nenxenye yesizwe.
Makungangeni mfekethi ebandleni likaJehova; angangeni ebandleni likaJehova kuze kube isizukulwane seshumi.
Abantwana abazelwe yibo bayakungena ebandleni likaJehova esizukulwaneni sabo sesithathu.
Lapho oPhezukonke ehlukanisela izizwe ifa labo, lapho ehlukanisa abantwana bakwa-Adamu omunye nomunye, wamisa imingcele yabantu ngokwesibalo sabantwana bakwa-Israyeli.
UJoshuwa wabenzela inkatho eShilo phambi kukaJehova, uJoshuwa wababela khona izwe abantwana bakwa-Israyeli ngokwezabelo zabo.
Zinikeni amadoda amathathu esizweni ngasinye, ngiwathume, asuke, adabule izwe, alibhale njengefa lawo; futhi bayobuyela Kimi.