Lingakutsheli eGati, lingakwenzi kwaziwe ezitaladeni zeAshikeloni; ukuze amadodakazi amaFilisti angathokozi, namadodakazi angasokile angathokozi.
UMikha 1:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ningakukhulumi eGati, ningakhali nakanye; zigingqe othulini endlini ka-Afra. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ningakulandisi eGati, ningakhali e-Akha; eBeti Afera huquzelani othulini. IsiZulu 2020 Ningasho lutho eGathi, ningalokothi nilile. Zinginqeni othulini eBhethi Leyofra. |
Lingakutsheli eGati, lingakwenzi kwaziwe ezitaladeni zeAshikeloni; ukuze amadodakazi amaFilisti angathokozi, namadodakazi angasokile angathokozi.
O ndodakazi yabantu bami, bhinca izingubo zokulila, uzigoqe ngomlotha; ulilele njengendodana eyodwa, isililo esimunyu, ngokuba ngokuzumayo umchithi uyakusehlela.
Ngakho abahlakaniphileyo bayakuthula ngalesi sikhathi; ngoba kuyisikhathi esibi.
Uyisekazi womuntu kumelwe amkhuphule, nalowo omshisayo, ukuze akhiphe amathambo endlini futhi athi kongaphakathi kwendlu: “Usekhona yini nawe? uyakuthi: “Qha.” Khona-ke uyakuthi: “Bamba ulimi lwakho, ngoba ngeke siliphathe igama likaJehova.”