Ngakho u-Aroni kumelwe angene endlini engcwele: neduna libe ngumnikelo wesono nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa.
ULevitikusi 4:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: |
Ngakho u-Aroni kumelwe angene endlini engcwele: neduna libe ngumnikelo wesono nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa.
Lokhu kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu kuzo zonke izindawo zenu zokuhlala, ukuthi ningadli amanoni nagazi.
Uma inhlangano yonke yakwa-Israyeli yona ngokungazi, le ndaba isithekile emehlweni enhlangano, benze utho okuphambene nanoma yimuphi wemiyalo kaJehova okungafanele kwenziwe, benecala;
Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Uba umuntu wona ngokungazi emithetho ye Nkosi engayikwenziwa, enze komunye wayo,
“Kepha akukho mnikelo wesono, igazi lawo elingeniswa etendeni lokuhlangana ukwenza ukubuyisana ngawo endaweni engcwele, awuyikudliwa; kumelwe ishiswe ngomlilo.