Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJoweli 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

Lila njengentombi ebhince izingubo zokulila ngenxa yomyeni wobusha bayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Khala njengentombi ebhince indwangu yamasaka ngomyeni wobusha bayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Khala njengentombi embethe indwangu eyisaka ililela umyeni wobusha bayo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJoweli 1:8
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

oshiya umngane wobusha bakhe, akhohlwe isivumelwano sikaNkulunkulu wakhe.


Ngalolo suku iNkosi uJehova Sebawoti yabiza ukukhala, nokulila, nempandla, nokubhinca izingubo zokulila.


Thuthumelani nina besifazane abanokuthula; yesabani nina eningenandaba, nihlubule nihlubule, nibhince indwangu yamasaka ezinkalweni zenu.


Kawuyikungibiza yini kusukela khathesi, uthi: Baba, ungumkhokheli wobutsha bami?


Izindlela zaseSiyoni ziyalila, ngokuba akukho muntu oza edilini; onke amasango awo ayincithakalo; abapristi balo bayabubula, izintombi zalo zilusizi, nalo linomunyu.


Ngiyakuphendula imikhosi yenu ibe-yisililo, nazo zonke izingoma zenu zibe isililo; ngiyakwenza ukuba kukhuphuke indwangu yesaka ezinkalweni zonke nempandla emakhanda onke; ngiyakukwenza kube njengesililo sendodana eyodwa, nokuphela kwakho kube njengosuku olubabayo.


Futhi akenzanga eyodwa na? Nokho wayenayo insali yomoya. Futhi kungani eyodwa? Ukuze afune inzalo kaNkulunkulu. Khona-ke qaphelani umoya wenu, futhi makungabikho muntu ongathembeki emfazini wobusha bakhe.


Hambani manje nina bacebileyo, likhale nikhale ngosizi oluzayo phezu kwenu.