Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJoshuwa 6:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kumelwe nizungeze umuzi, wonke amadoda enu empi, nizungeze umuzi kanye. Ngakho kufanele wenze izinsuku eziyisithupha.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Niyakuhaqa umuzi, onke amadoda empi, niwuzungeze umuzi kanye. Uyakwenze njalo izinsuku eziyisithupha.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Niyakuhamba niwuzungeze kanye umuzi. Uyakukwenza lokhu izinsuku eziyisithupha,

Uka jalj uñjjattʼäta



UJoshuwa 6:3
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Phansi kwalo kwakukhona okufana nezinkabi nxazonke zalo, izingalo eziyishumi zizungeza ulwandle nxazonke. Kwabunjwa izinhlu ezimbili zezinkabi ekubunjweni kwalo.


Ningahlubuki uJehova, ningabesabi abantu bezwe; ngoba bayisinkwa sethu; ukuzivikela kwabo kususiwe kubo, futhi iNkosi inathi; ningabesabi.


Kepha le ngcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obumangalisayo bube obukaNkulunkulu, bungabi buvela kithi.


Umphongolo kaJehova wawuzungeza umuzi, waya khona kanye, bangena ekamu, balala ekamu.


Ngosuku lwesibili bawuzungeza umuzi kanye, babuyela ekamu; benze njalo izinsuku eziyisithupha.


UJehova wathi kuJoshuwa: “Bheka, nginikela esandleni sakho iJeriko nenkosi yalo namaqhawe anamandla;


Abapristi abayisikhombisa bayakuthwala izimpondo zezinqama eziyisikhombisa phambi komphongolo; ngosuku lwesikhombisa niyakuwuzungeza umuzi kasikhombisa, abapristi bashaye amacilongo.


Wathi kubantu: “Sukani nizungeze umuzi, abahlomileyo mabadlule phambi komphongolo kaJehova.”