Lezi zaziyizindawo zabo zokuhlala ezinqabeni zabo emkhawulweni wabo, emadodaneni ka-Aroni emindenini yamaKohati; ngokuba inkatho yadla kubo.
UJoshuwa 21:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 abantwana bakwa-Aroni ababenayo emindenini yamaKohati ababevela kubantwana bakwaLevi, ngokuba yaba yinkatho yabo yokuqala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE yaba ngeyabantwana bakwa-Aroni bemindeni yamaKohati ayengamaLevi; ngokuba inkatho yokuqala yaba ngeyabo. IsiZulu 2020 yaba ngeyabozalo luka-Aroni, bemindeni yamaKhohathi ayengabaLevi, selokhu bakhonjwa wunkatho lokuqala. |
Lezi zaziyizindawo zabo zokuhlala ezinqabeni zabo emkhawulweni wabo, emadodaneni ka-Aroni emindenini yamaKohati; ngokuba inkatho yadla kubo.
Amadodana kaKohati ngo u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli; iminyaka yokuhamba kukaKohati yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nantathu.
KwaKohati kwavela umndeni wakwa-Amramu nomndeni wama-Ishari nomndeni wakwaHebroni nomndeni wakwa-Uzili; lezi ziyizizukulwane zamaKohati.
Bala inani lamadodana kaKohati emadodaneni kaLevi, ngensendo zawo, ngezindlu zawoyise,
Babanika umuzi ka-Arba, uyise ka-Enaki, eyiHebroni ezintabeni zakwaJuda, namadlelo ayo nxazonke zayo.
Inkatho yaphuma ezizukulwaneni zamaKohati; abantwana bakwa-Aroni umpristi, ababengamaLevi, ngeqashiso imizi eyishumi nantathu esizweni sakwaJuda, nasesizweni sakwaSimeyoni, nasesizweni sakwaBenjamini.
Esizweni sabantwana bakwaJuda nasesizweni sabantwana bakwaSimeyoni babanika le mizi ebizwa ngegama lapha,