UDavide wenza njengalokho uJehova emyalile; wanqoba amaFilisti kusukela eGeba kwaze kwaba seGezeri.
UJoshuwa 12:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 inkosi yase-Egiloni, eyodwa; inkosi yaseGezeri, eyodwa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE inkosi yase-Egiloni: inye; inkosi yaseGezeri: inye; IsiZulu 2020 inkosi yase-Egiloni: iyodwa; inkosi yaseGezeri: iyodwa; |
UDavide wenza njengalokho uJehova emyalile; wanqoba amaFilisti kusukela eGeba kwaze kwaba seGezeri.
Abantwana bangena, balidla izwe, wabanqoba abakhileyo ezweni, amaKhanani, phambi kwabo, wabanikela esandleni sabo, namakhosi abo, nabantu bezwe, ukuba benze kanjalo. Njengoba bebengenza.
Benza kanjalo, bawaletha kuye lawo makhosi omahlanu emhumeni, inkosi yaseJerusalema, nenkosi yaseHebroni, nenkosi yaseJarimuthi, nenkosi yaseLakishi, nenkosi yase-Egiloni.
Ngakho u-Adoni-Sedeki inkosi yaseJerusalema wathumela kuHohamu inkosi yaseHebroni nakuPiramu inkosi yaseJarimuthi nakuJafiya inkosi yaseLakishi nakuDebiri inkosi yase-Egiloni, ethi:
Khona uHoramu inkosi yaseGezeri wenyuka ukusiza iLakishi; uJoshuwa wamnqoba yena nabantu bakhe, waze wangabe esasala muntu.
UJoshuwa wayesesuka eLakishi, waya e-Egiloni, no-Israyeli wonke kanye naye; futhi bamisa ngokumelene nalo futhi balwa nalo.