Kodwa uNkulunkulu wabajikelezisa abantu endleleni eya ehlane loLwandle LwaseShelefu; abantwana bakwa-Israyeli bakhuphuka ezweni laseGibithe.
UJoshuwa 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umkenu, nabantwana benu, nemfuyo yenu kuyakuhlala ezweni uMose aninika lona phesheya kweJordani; kodwa kufanele nidlule nihlomile phambi kwabafowenu, wonke amaqhawe anesibindi, futhi nibasize; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Omkenu, nabantwana benu, nezinkomo zenu bayakuhlala ezweni uMose aninika lona ngaphesheya kweJordani; kepha nina niyakuwela phambi kwabafowenu nihlomile, nonke nina maqhawe anamandla, nibasize, IsiZulu 2020 Omkenu nabantwana benu nemfuyo yenu kuyakusala ezweni uMose aninika lona, elingaphesheya kweJordani. Kepha nina niyakuwela nihlomile phambi kwabafowenu, nonke nina maqhawe anamandla niyakubasiza, |
Kodwa uNkulunkulu wabajikelezisa abantu endleleni eya ehlane loLwandle LwaseShelefu; abantwana bakwa-Israyeli bakhuphuka ezweni laseGibithe.
Abantwana bethu, labesifazana bethu, lemihlambi yethu lemfuyo yethu yonke kuzakuba lapho emadolobheni akoGileyadi.
Izinceku kumelwe ziqhubeke zikhuluma kubantu zithi: ‘Ngumuphi umuntu owesabayo nodangele? makahambe abuyele endlini yakhe, funa inhliziyo yabafowabo iphele njengenhliziyo yakhe.
Kepha omkenu, nabantwana benu, nezinkomo zenu, ngokuba ngiyazi ukuthi ninezinkomo eziningi, bayakusala emizini yenu engininike yona;
Wazilungisela ingxenye yokuqala, ngokuba wayehlezi khona engxenyeni yomniki-mthetho; weza nezinhloko zabantu, wenza ukulunga kukaJehova nezahlulelo zakhe ku-Israyeli.
Khumbulani izwi uMose inceku kaJehova aniyala ngalo ngokuthi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uniphumzile, waninika leli zwe.
uJehova waze waphumuza abafowenu njengalokho aninika khona, balidla nabo izwe uJehova uNkulunkulu wenu abanika lona; khona-ke niyakubuyela ezweni lefa lenu, nidle lokho uMose inceku kaJehova aninika khona nganeno kweJordani ekuphumeni kwelanga.
Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase badabula behlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uMose wakhuluma kubo.
Owesifazane wayevunule okububende nokubomvu, ehlotshiswe ngegolide namatshe anenani namaparele, enendebe yegolide esandleni sakhe, igcwele amanyala nokungcola kokuphinga kwakhe;