UJobe 7:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umuntu uyini ukuba umkhulise na? nokuthi uzobeka inhliziyo yakho kuye? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyini umuntu ukuba umkhulise, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, IsiZulu 2020 Uyini umuntu ukuba umenze abe mkhulu, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, |
Ngokuba wamenza waba mncinyane kancane kunezingelosi, wamthwesa umqhele wenkazimulo nodumo.
Kodwa omunye wafakaza endaweni ethile esithi: Uyini umuntu ukuthi umkhumbule? Kumbe indodana yomuntu ukuthi uyihambele?
Inkosi yakwa-Israyeli yaphumela kubani na? ujaha bani? enjeni efileyo, ezelezeni.