Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 5:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

Abantwana bakhe bakude nokuphepha, bachotshozwa esangweni, akakho ongabasindisayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abantwana baso bakude nokusindiswa, bachotshozwa esangweni; akakho obophulayo,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Abantwana baso abavikelekile impela, bayagandaywa esangweni, abanaye umhlengi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 5:4
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, kwafika umoya omkhulu ovela ehlane, washaya amagumbi omane endlu, yawela phezu kwezinsizwa, zafa; mina ngedwa ngisindile, ukuze ngikubikele.


Uyazi ukuthi angiyena omubi; futhi akakho ongophula esandleni sakho.


Abantwana bakhe bayofuna ukujabulisa abampofu, futhi izandla zakhe ziyobuyisela impahla yakhe.


Uma abantwana bakhe banda, kungenxa yenkemba, nenzalo yakhe ayiyikusutha isinkwa.


Uma abantwana bakho bonile kuye, yena ebalahlile ngenxa yesiphambeko sabo;


Insindiso ikude nababi, ngokuba abafuni izimiso zakho.


Uyajabula umuntu onomgodla wakhe ogcwele kubo; abayikuma benamahloni, kepha bayokhuluma nezitha esangweni.


Ukuze angadwenguli umphefumulo wami njengengonyama, awuklebhule, kungekho osindisayo.


Ungazikhothameli, ungazikhonzi, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wakho nginguNkulunkulu onomhawu, ohambela ububi bawoyise kubantwana, kwesesithathu nesesine isizukulwane sabangizondayo.


Ukuhlakanipha kuphakeme kunesiwula; asiwuvuli umlomo waso esangweni.


Ngokuba ngiyazazi iziphambeko zenu eziningi nezono zenu ezinamandla;


Nxa obalekela komunye waleyo mizi emi ngasesikhaleni sesango lomuzi, ekhuluma indaba yakhe ezindlebeni zamalunga alowo muzi, amngenise emzini ngenxa yabo, amnike indawo, ukuze amkhulule. Angahlala phakathi kwabo.