Ungadlala naye njengenyoni na? noma ufuna ukumbopha ezintombini zakho?
Ungadlala naye njengenyoni, umbophele amantombazana akho, na?
Ungadlala yini nayo njengenyoni, uyibophe ngomchilo ukuze amantombazane akho adlale nayo na?
Uyabopha imifula ukuze ingachichima; futhi okufihliweyo uyakuveza obala.
Ungabophela inyoti ngebhande layo emseleni na? noma uzolandela izigodi kimi?
Ingenza isivumelwano lawe yini? Uzamthatha abe yinceku kuze kube nininini?
Abangane bakhe bazomenzela ukudla na? bazayabela phakathi kwabathengisi yini?