Amanga akho kufanele athulise abantu na? uma uklolodela, akakho oyakuhlazisa na?
UJobe 34:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngubani onjengoJobe, oklolodela njengamanzi okuphuza? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngumuphi umuntu onjengoJobe ophuza usulu njengamanzi, IsiZulu 2020 Ngumuphi umuntu onjengoJobe, ophuza ukungcofwa njengamanzi, |
Amanga akho kufanele athulise abantu na? uma uklolodela, akakho oyakuhlazisa na?
Nginjengomuntu oyinhlekisa kumakhelwane wakhe, obiza uNkulunkulu, amphendule; olungileyo oqotho uyahlekwa.
Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?
Futhi lapho ezwa amazwi alesi siqalekiso, azibusise enhliziyweni yakhe futhi athi: Ngiyoba nokuthula, noma ngihamba ngenkambiso yenhliziyo yami, ukuze ngengeze ukudakwa ekomeni.