Inkosi yasisithi ezincekwini zayo: Kalazi yini ukuthi lamuhla kuwile isikhulu lendoda enkulu kwaIsrayeli?
UJobe 32:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantu abakhulu abahlakaniphile ngaso sonke isikhathi, nabadala abakuqondi ukwahlulela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abakhulu abahlakaniphile, nabadala abaqondi ukwahlulela. IsiZulu 2020 Akusibo abadala abahlakaniphileyo, nabaqonda okulungile. |
Inkosi yasisithi ezincekwini zayo: Kalazi yini ukuthi lamuhla kuwile isikhulu lendoda enkulu kwaIsrayeli?
Ngemiyalo yakho ngiyazuza ukuqonda; ngalokho ngiyazonda zonke izindlela zenkohliso.
Ungcono umntwana ompofu ohlakaniphileyo kunenkosi endala eyisiwula engasayikuxwayiswa.
Ngiyakuziyisa kwabakhulu, ngikhulume nabo; ngokuba babeyazi indlela kaJehova nomthetho kaNkulunkulu wabo; kodwa balaphula ngokupheleleyo ijoka futhi bagqabula izibopho.
Ngalesosikhathi uJesu waphendula wathi: Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu lomhlaba, ngoba ukufihlile lezizinto kwabahlakaniphileyo labaqedisisayo, wazambulela izingane;