Lwavutha ulaka luka-Elihu, indodana kaBarageli, umBushi, owesizwe sikaRamu; ulaka lwakhe lwamvuthela uJobe, ngokuba wayezilungisile kunoNkulunkulu.
UJobe 32:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho u-Elihu ebona ukuthi akukho mpendulo emilonyeni yala madoda amathathu, ulaka lwakhe lwavutha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lapho u-Elihu esebona ukuthi ayikho impendulo emilonyeni yalawo madoda amathathu, lwavutha ulaka lwakhe. IsiZulu 2020 Kepha lapho ebona u-Elihu ukuthi akukho mpendulo evela emilonyeni yalawo madoda amathathu, wathukuthela. |
Lwavutha ulaka luka-Elihu, indodana kaBarageli, umBushi, owesizwe sikaRamu; ulaka lwakhe lwamvuthela uJobe, ngokuba wayezilungisile kunoNkulunkulu.
Wayesephendula u-Elihu indodana kaBarageli umBushi, wathi: “Mina ngimncane, nina nibadala kakhulu; ngakho-ke ngesaba futhi angizange ngilokothe ngimemezele umbono wami.
Wathi esondela ekamu, wabona ithole nokusina, intukuthelo kaMose yavutha, waphonsa izibhebhe ezandleni zakhe, waziphihliza phansi kwentaba.