Ubumnyama nethunzi lokufa makulingcolise; ifu malihlale phezu kwalo; ubumnyama bemini mabulwesabise.
UJobe 3:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha ngalobo busuku, mabumehlele; makungahlanganiswa nezinsuku zomnyaka, kungangeni esibalweni sezinyanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ubusuku lobo isigayegaye masibubambe; mabungajabuli phakathi kwezinsuku zomnyaka, bungangeni phakathi komumo wezinyanga. IsiZulu 2020 Lobo busuku mabubanjwe yisigayegaye sobumnyama, bungathokozi phakathi kwezinsuku zonyaka, lungabalwa phakathi kwezinsuku zenyanga. |
Ubumnyama nethunzi lokufa makulingcolise; ifu malihlale phezu kwalo; ubumnyama bemini mabulwesabise.