UJobe 28:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 ngoba kufihliwe emehlweni abo bonke abaphilayo njalo kufihlakele ezinyonini zezulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kusithekile emehlweni abo bonke abaphilayo, kufihliwe ezinyonini zezulu. IsiZulu 2020 Kusithekile emehlweni abo bonke abaphilayo, kufihliwe nasezinyonini zezulu. |
Ngalesosikhathi uJesu waphendula wathi: Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu lomhlaba, ngoba ukufihlile lezizinto kwabahlakaniphileyo labaqedisisayo, wazambulela izingane;
Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Abaningi abaprofethi nabalungileyo babefisa ukubona enikubonayo, abakubonanga; nokuzwa izinto enizizwayo, anizizwanga.
ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi: Ngizavula umlomo wami ngemifanekiso; ngizakhuluma izinto ebezifihliwe kusukela ekusekelweni komhlaba.