Wathi wena: Impela ngiyakukwenzela okuhle, ngenze inzalo yakho ibe ngangesihlabathi solwandle esingenakubalwa ngenxa yobuningi.
UJobe 23:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngangizamela indaba yami phambi kwakhe, ngigcwalise umlomo wami ngezimpikiswano. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngilungise ukwahlulelwa kwami phambi kwakhe, ngigcwalise umlomo wami ngezimpendulo. IsiZulu 2020 Bengiyakulwethula udaba lwami phambi kwakhe, umlomo wami ngiwugcwalise ngamazwi empikiswano. |
Wathi wena: Impela ngiyakukwenzela okuhle, ngenze inzalo yakho ibe ngangesihlabathi solwandle esingenakubalwa ngenxa yobuningi.
Ngiyakukhuluma nokukhuluma noMninimandla onke, ngithande ukukhuluma noNkulunkulu.
Bengiyakwazi ukuthi yimaphi amazwi abeyakungiphendula, ngiqonde abeyakukhuluma kimi.
Sifundise esizakukusho kuye; ngoba kasikwazi ukulawula inkulumo yethu ngenxa yobumnyama.
Ngahlulele, Nkulunkulu, ungivikele esizweni esibi; ngikhulule kumuntu onenkohliso nongalungile.