Akayikuba nandodana noma mzukulu phakathi kwabantu bakubo, nensali ezindaweni zakhe zokuhlala.
UJobe 21:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Inzalo yabo imi nabo phambi kwamehlo abo, nenzalo yabo phambi kwamehlo abo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Inzalo yabo iyema phambi kwabo kanye nabo, nabantwana babo phambi kwamehlo abo. IsiZulu 2020 Abantwana bazo bekhula bamiswe phambi kwazo, nozalo lwazo, phambi kwamehlo azo. |
Akayikuba nandodana noma mzukulu phakathi kwabantu bakubo, nensali ezindaweni zakhe zokuhlala.
Abantwana bakhe bayofuna ukujabulisa abampofu, futhi izandla zakhe ziyobuyisela impahla yakhe.
Izithelo zendlu yakhe ziyakumuka, nempahla yakhe iyakugobhoza ngosuku lolaka lwakhe.
Kubantu abayisandla sakho, Jehova, kubantu bomhlaba abanesabelo sabo kulokhu kuphila, nesisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho efihliweyo; bagcwele abantwana bashiyela abancane babo okusalayo.
Abayikushikashikela ize, bazalele izinhlupheko; ngokuba bayinzalo yababusisiweyo bakaJehova, nenzalo yabo inabo.