Umphefumulo wami ukhathele ukuphila kwami; ngiyakushiya kimi isikhalo sami; Ngizokhuluma ngomunyu womphefumulo wami.
UJobe 16:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Noma ngikhuluma, usizi lwami aludambi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Noma ngikhuluma, ubuhlungu bami abudanjiswanga; noma ngiyeka, kuyini okumuka kimi na? IsiZulu 2020 “Uma ngikhuluma, ubuhlungu bami abuyukudanjiswa, nalapho ngithula, bungakanani obusukayo kimi na? |
Umphefumulo wami ukhathele ukuphila kwami; ngiyakushiya kimi isikhalo sami; Ngizokhuluma ngomunyu womphefumulo wami.
Kepha bengiyakuniqinisa ngomlomo wami, nokuhamba kwezindebe zami kube kuthobisa usizi lwenu.
Uma ngithi: Ngiyakukhohlwa ukukhala kwami, ngishiye ukuphika kwami, ngiziduduze.