Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.
UJobe 16:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nami bengiyakukhuluma njengani; uma umphefumulo wenu ubusendaweni yomphefumulo wami, bengiyakuqoqa amazwi ngani, nginikine ikhanda lami kini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nami ngingakhuluma njengani; uma imiphefumulo yenu ibisesikhundleni somphefumulo wami, bengiyakuhlanganisa amazwi ngani, ngininikinele ikhanda lami. IsiZulu 2020 Nami bengingakhuluma njengani, ukuba benisesikhundleni sami, bengingayihlanganisa inkulumo, ngimelane nani, ngininikinele ikhanda. |
Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.
Kepha bengiyakuniqinisa ngomlomo wami, nokuhamba kwezindebe zami kube kuthobisa usizi lwenu.
Kulowo ohluphekayo, ububele bumelwe kuboniswa kumngane wakhe; kodwa uyakulahla ukumesaba uSomandla.
Bonke abangibonayo bayangihleka; bakhiphe izindebe zabo, banikine amakhanda bathi:
Wathembela kuJehova ukuthi uzakumsindisa; makamsindise, ngokuba ethokoza ngaye.
Ngisho nesiwula sigcwele amazwi; umuntu akakwazi ukusho ukuthi kuzoba yini; futhi okuzokwenzeka emva kwakhe, ngubani ongamtshela?
Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.
ukwenza izwe labo libe yihlane nomnyenyezo waphakade; wonke umuntu odlulayo uyoma ngokumangala anikine ikhanda.
Ngokuba u-Israyeli wayengesiyo inhlekisa kuwe na? wafunyanwa phakathi kwamasela na? ngoba selokhu ukhulumile ngaye, ugxume ngokuthokoza.
Bonke abadlulayo bashaya ihlombe; bashaya ikhwelo, benqekuzisa amakhanda endodakazini yaseJerusalema, bathi: “Yiwo lo muzi abantu abawubiza ngokuthi ngobuhle obuphelele, intokozo yomhlaba wonke na?
Lona ngumuzi othokozayo owawuzihlalele, owawuthi enhliziyweni yawo: Yimi yimi, akakho omunye ngaphandle kwami; seliphenduke incithakalo, indawo yokulala izilwane; wonke umuntu odlula ngakuyo uyakushaya ikhwelo, azulise isandla sakhe.
Ngakho-ke zonke izinto enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo, ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.
Uma kuhlupheka isitho sinye, kuhlupheka izitho zonke kanye naso; noma kuhlonishwe isitho sinye, athokoze amalungu onke kanye nalo.