Kodwa akazange amnake uKhayini nomhlatshelo wakhe. UKayini wathukuthela kakhulu, ubuso bakhe bawa.
UJobe 15:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uphendulela uNkulunkulu umoya wakho, ukhuphe amazwi anjalo emlonyeni wakho? IBHAYIBHELI ELINGCWELE uphendulele kuNkulunkulu ukufutheka kwakho, ukhiphe amazwi emlonyeni wakho na? IsiZulu 2020 bese ubhokela uNkulunkulu ngolaka, ukhulume amazwi anje ngomlomo wakho na? |
Kodwa akazange amnake uKhayini nomhlatshelo wakhe. UKayini wathukuthela kakhulu, ubuso bakhe bawa.
Esakhuluma nabo, kwafika isithunywa kuye, sathi: “Bheka, lobu bubi buvela kuJehova; ngisalindeni uJehova na?
Kuhle yini kuwe ukuthi ucindezele, udelele umsebenzi wezandla zakho, ukhanye phezu kweseluleko sababi?
Amathende abaphangi ayaphumelela, labo abaklolodela uNkulunkulu bavikelekile; okugcwele esandleni sabo uNkulunkulu.
Uyini umuntu ukuba abe mhlophe? nozelwe ngowesifazane ukuba abe ngolungileyo na?
Uhlakaniphile ngenhliziyo, unamandla emandleni; ngubani owazenza lukhuni kuye, waba nempumelelo?
Ubuwula bomuntu buphendukezela indlela yakhe, nenhliziyo yakhe ithukuthelele uJehova.
Kodwa lina lithi: Indlela yeNkosi kayilingani. Yizwani nina ndlu ka-Israyeli! Indlela yami ayilingani na? izindlela zenu azilingani na?
Amazwi enu ayenamandla ngokumelene nami,” usho uJehova. Kepha nina nithi: ‘Sikhulumeleni kangaka ngawe na?
Uma umuntu phakathi kwenu ecabanga ukuthi unokholo, engalubambi ngetomu ulimi lwakhe, ekhohlisa eyakhe inhliziyo, ukukholwa kwalowo kuyize.