Uyakulihlephula yini iqabunga elipheshulwa ngapha nangapha? wena uxoshe izinhlanga ezomileyo na?
UJobe 14:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uyawavula amehlo akho ngomuntu onjalo, ungilethele ekwahlulelweni nawe? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Konje uvulela onjalo amehlo akho, ungingenise ekwahluleweni nawe, na? IsiZulu 2020 Ngabe ugxilisa amehlo akho konje, ungiyisa ekwehlulelweni kanye nawe na? |
Uyakulihlephula yini iqabunga elipheshulwa ngapha nangapha? wena uxoshe izinhlanga ezomileyo na?
Futhi wafaka izinyawo zami ogodweni futhi manje ubheka zonke izindlela zami; wafaka umbhalo ezithendeni zezinyawo zami.
Ngokuba akasiye umuntu onjengami ukuba ngimphendule, sihlangane ndawonye ekwahlulelweni.
Ungangeni ekwahluleleni nenceku yakho, ngokuba phambi kwakho akukho muntu ophilayo oyakulungisiswa.
Khathesi siyazi ukuthi konke okutshoyo umlayoukutsho kwabangaphansi komlayo, ukuze yonke imilomo ivinjwe, lokuthi umhlaba wonke ube lecala phambi kukaNkulunkulu.