Manje kwalethwa kimi okuthile ngasese, futhi indlebe yami yemukela okuncane kwakho.
UJobe 13:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, iso lami likubonile konke lokhu, indlebe yami ikuzwile, yakuqondisisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Bheka, iso lami libone konke; indlebe yami ikuzwile, yakuqonda. IsiZulu 2020 “Bheka, iso lami likubone konke, nendlebe yami yezwa, yaqonda. |
Manje kwalethwa kimi okuthile ngasese, futhi indlebe yami yemukela okuncane kwakho.
Ngubani owavusa olungileyo empumalanga, ombize ezinyaweni zakhe, wabeka izizwe phambi kwakhe, wambeka phezu kwamakhosi? Wabanikela enkembeni yakhe njengothuli, nomnsalo wakhe njengamabibi aqhubukushayo.
Lokho esikubonileyo nesikuzwileyo siyakumemezela kini, ukuze nani nibe nenhlanganyelo nathi;