UHamani wabalandisa ngenkazimulo yengcebo yakhe, nangobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi eyamkhulisa ngakho, nokuthi uziphakamisile ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.
UJobe 1:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wazalelwa amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wazala amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu. IsiZulu 2020 Yayizele amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu. |
UHamani wabalandisa ngenkazimulo yengcebo yakhe, nangobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi eyamkhulisa ngakho, nokuthi uziphakamisile ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.
UJehova waguqula isimo sikaJobe lapho ekhulekela abangane bakhe; uJehova wamnika uJobe okuningi kwalokho ayenakho ngaphambili.
Ngakho uJehova wabusisa ukugcina kukaJobe kunokuqala kwakhe, ngoba wayenezimvu eziyizinkulungwane eziyishumi nane, namakamela ayizinkulungwane eziyisithupha, namabhangqa ayinkulungwane ezinkomo, nezimbongolo eziyinkulungwane.
Umkakho uyakuba njengomvini othelayo phakathi kwendlu yakho: abantwana bakho babe njengezithombo zomnqumo bezungeza itafula lakho.