Unisa phezu kwababi izihibe, umlilo, nesibabule, nesiphepho esinamandla; lokhu kuyakuba yisabelo sendebe yabo.
UJeremiya 4:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngisho nomoya onamandla ovela kulezo zindawo uyofika phezu kwami; ngisho namanje ngiyakubahlulela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umoya omkhulu kunokuba kwenziwe lokhu uyakuphuma kimi. Manje sengiyakukhuluma nami ukwahlulela kubo.” IsiZulu 2020 Umoya omkhulu kunalokho uyakuphuma kimi. Manje ngiyakukhuluma, ngibagwebe.” |
Unisa phezu kwababi izihibe, umlilo, nesibabule, nesiphepho esinamandla; lokhu kuyakuba yisabelo sendebe yabo.
Ngiyakumemezela izahlulelo zami kubo ngokuphathelene nabo bonke ububi babo, abangidelile, bashisela abanye onkulunkulu umusi, bakhuleka emisebenzini yezandla zabo.
“Ngaleso sikhathi kuyakuthiwa kulaba bantu nakulo iJerusalema: “Umoya owomileyo ovela ezindaweni eziphakemeyo ehlane uhlasela indodakazi yabantu bami, ungavunguzi futhi ungawuhlanzi;
Bheka, uyenyuka njengamafu, nezinqola zakhe zinjengesivunguvungu; amahhashi akhe anejubane kunezinkozi. Maye kithi! ngoba sonakele.
Usho kanje uJehova; Bheka, ngiyakuvusa umoya obhubhisayo phezu kweBabele, nakulabo abangivukelayo;
Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, nami ngimelene nawe; ngiyakwenza izahlulelo phakathi kwakho phambi kwamehlo ezizwe.
Noma ethela phakathi kwabafowabo, kuyofika umoya wasempumalanga, umoya kaJehova ukhuphuke uvela ehlane, nomthombo wakhe wome, nomthombo wakhe wome; Uyophanga ingcebo yazo zonke izinto ezithandekayo.
Khona-ke ingqondo yakhe iyoshintsha, futhi iyodlula futhi ithukuthele ngokubeka amandla akhe kunkulunkulu wayo.